Abaculi bakuleli kumele batuswe besaphila - Mthethwa

2017-01-28 13:26

Johannesburg – UNgqongqoshe wezobuCiko namaSiko uNathi Mthethwa uthe bonke abantu bakuleli banesikweletu sokubonga abaculi ngokuholela izwe enkululekweni ngamaphimbo abo.

Ungqongqoshe ubekhuluma emngcwabeni wenkakha yomculo weJazz, uThandi Klaasen, ngoLwesihlanu obuse-JD Thomas Hall, e-Eden Park.

Phakathi kwabantu abebekhona ukuyovalelisa lesi sihlabani, kubalwa nowayengumengameli uThabo Mbeki.

UMthethwa uthe abaculi badlala indima enkulu emzabalazweni wakuleli.

OLUNYE UDABA: Akasekho emhlabeni uMandoza

"Babekezelela ubandlululo, bezwa ubuhlungu baphinde banikela ngezimpilo zabo ukuze izwe likhululeke.”

Uthe kunomkhuba omubi kuleli wokuthi abaculi baqale ukuhlonishwa ngoba nakhu sebengene egodini.

“Siyisizwe esinjani uma singazinakekeli izingqalabutho zethu zisaphila?”

UKlaasen udlule emhlabeni kulandela ukuthi umndeni wakhe umemezele ukuba unomdlavuza.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.