Abadlali abangu-5 beSundowns kumele bavuselele izinkontileka

2016-11-03 14:30

Cape Town – Abadlali abangu-5 beMamelodi Sundowns, sebesonyakeni wokugcina ngokwezivumelwano zabo neqembu kanti lokhu kusho ukuthi sebengakwazi ukusayina ama-pre-contract noma yinaliphi iqembu ngoJanuwari uma ngabe bengavuseleli neSundowns.

Laba dlali ngoWayne Sandilands, uHlompho Kekana, uThabo Nthethe, u-Anthony Laffor kanye noWayne Arendse.

Bonke badlale indima ebalulekile ekusizeni amaBrazilians ukuthi anqobe isicoco se-2016 CAF Champions League.

Kodwa-ke okudala ungabazane ukuthi laba dlali bazovuselelelwa yini izinkontileka ukuthi bonke sebefike eminyakeni engu-30 yobudala.

OLUNYE UDABA: UMotsepe uthi bazohlukaniselana u-R20m abadlali be-Sundowns

ISoccer Laduma ibika ukuthi iKaizer Chiefs, iSuperSport United kanye neBidvest Wits sebekhombise ukuba nentshisekelo yokusayina uKekana, kodwa basalinde ukubona ukuthi izovuselelwa yini inkontileka yakhe eChloorkop.

Ngaphezu kwalokho uGlyn Binkin, omele izindaba zomsebenzi kanozinti waleli qembu, uSandilands, utshele leli phephandaba ukuthi unethemba lokuthi uzohlangana nabathintekayo kulolu daba ukuze abone ukuthi yiziphi izinhlelo abanazo ngalo nozinti.

Ngakolunye uhlangothi, uLaffor, kubikwa ukuthi kungenzeka alule inkontileka yakhe naleli qembu yize noma kungekho obekusavunyelwene ngakho. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.