'Abadlwenguli kumele bahlazwe emphakathini'

2016-11-25 16:00

Cape Town – Omunye wababhikishi owayebhikishela lowo owasola uMengameli Jacob Zuma ngokumdlwengula ngesikhathi kunesithangami semiphumela yokhetho lonyaka ka-2016, uthi abadlwenguli kumele bakuzwe kahle ukushisa okuvela emphakathini ngabakwenzile.

USimamkele Dlakavu, owenza izifundo zeMasters eWits, uthi into okumele kukhulunywe ngayo akusikhona ukuthi eNingizimu Afrika kunezigameko zokudlwengula, kodwa ukuthi obani laba abadlwengulayo.

OLUNYE UDABA: Uyafihlwa namhlanje uFezekile ‘Khwezi’ Kuzwayo

Ubekhuluma emcimbini we-SA Institute for Advancement eCape Town ngoLwesihlanu. Lo mcimbi ubuwenzelwe uFezekile "Khwezi" Kuzwayo kanye nokugubha iminyaka engu-60 abantu besifazane bamashela ezindlini zoMbuso.

UKuzwayo wasola uZuma ngokumdlwengula.

Kodwa-ke iNkantolo eNkulu yaseGoli yamkhipha phambili uZuma ecaleli lokudlwengula uKhwezi. Ukhwezi washona ngo-Okthoba kuwona lo nyaka.

“Kodwa siyazi ukuthi bangobani; kwesinye isikhathi bangobaba, bangomalume, bangabefundisi kanye nabafowethu. Ngokubabiza nokubahlaza, kunenkokhelo emphakathini ngezenzo zabo,” kusho uDlakavu.

Lo mcimbi uqale ngokuthi kufundwe inkondlo eyabhalwa uKuzwayo esihloko sithi I am Khanga.

Kule nkondlo ukhuluma ngomngani omkhulu kababa wakhe lapho emsola khona ngokuthi izenzo zakhe azikhombisanga ukuthi ufuna ukwenza ucansi naye, phezu kokuthi azisholo yena kabili ngomlomo ukuthi ‘cha’. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.