Abadobi babambe umbhikisho

2017-09-23 11:24

Cape Town – Amakhulu abantu baseWestern Cape babuthanele eMnyangweni wezolimo, amahlathi kanye nokudoba  bebhikisha befuna isabelo sokudoba.

UNaseegh Jaffer, ongumqondisi weMasifundise Development Trust, emele abadobi basendaweni, wethule incwadi yezikhalazo eyamukelwe  nguJustice Matshili woMnyango, kubika iGroundUp.

Incwadi yezikhalazo ithi bafuna wonke ama-rock lobster anikezwe abadobi abangasogwini, hhayi izinkampani ezinkulu zabadobi.

OLUNYE UDABA: I-DA igxeke inyunyana yothisha ngesinqumo ezikoleni zaseGoli

Bafuna ingxenye encane yawo ilondolozwe.

Bafuna nokuthi kuvalwe i-trap system kodwa kusetshenziswe amanetha, abathi awanawo umthelela omubi kakhulu kwezemvelo.

Le nhlangano ifuna nokuthi amadobi basendaweni babeyingxenye yokuthathwa kwezinqumo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.