Abaduni babaleke nengane emotweni

2018-04-27 12:00

Johannesburg - Kuduke ingane yentombazane enezinyanga ezingu-18 izelwe ngemuva kokuba abazalu bayo bedunwe imoto eRustenburg ngoLwesine ebusuku.

Lo mndeni udunwe eduzane nase-Olympia Stadium eRustenburg ebusuku, abaduni babaleke nemoto yomndeni iToyota Corolla enenumber plate:JCJ086NW nengane phakathi.

IKormorant ibike ukuthi le moto isetshenziselwa ukuthutha abantu kanti inombhalo othiBojanala.

OLUNYE UDABA:Kulimale owesifazane nosana lwakhe bedunwa

Le ntombazanyana ibigqoke izimpahla zokulala ezi-pink ne-gown emhlophe.

Onolwazi uyacelwa ukuba uqalaze le moto futhi uyacelwa ukuba uxhumana nephoyisa uTlhabane ku-014 565 9171/54/59 noma uSteven ku-082 920 5799 noma uDouglas ku-081 742 7089.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.