Abafuna ukuba semabhizinisini kumele baphume kwi-ANC - Ramaphosa

2018-01-12 09:32

Johannesburg - Umengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa uthi i-ANC ayinayo indawo yabaholi abanenkohlakalo kanti labo abenza izinto ezinenkohlakalo kumele kubhekwane nabo ngqo.

URamaphosa ubekhuluma ngesikhathi esesigodlweni senkosi eBumbane Great ngaphandle kwaseMthatha e-Eastern Cape, nokuyilapho ehloniphe khona inkosi uSabatha Dalindyebo ongasekho emhlabeni.

OLUNYE UDABA: 'Sizobhekana ngqo nalabo abadla izimali zabakhokhi bentela'

URamaphosa uthi, “Abantu abantshontshayo, izigebengu kanye nalabo abantshontsha imali kumele bakhishwe futhi nginesiqiniseko sokuthi bazokhishwa nakuhulumeni.

“Asidlali ngalokhu esikushoyo ngoba bafuna ukusebenzisa izinkampani zikahulumeni, u-Eskom, Prasa, Transnet, sizokuqeda lokhu…”

Uphinde wathi labo abafuna ukuba namabhizinisi kumele baphume kwi-ANC, wathi le nhlangano ingakwazi ukudlula kulesi sikhathi esinzima.

Ngokusho kwesitatimende esikhishwe yihhovisi likaKenyatta, uzohlangana noCyril Ramaphosa ngoLwesihlanu.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.