Abafundi abangu-50 belashelwe ukudla amakhekhe 'anobuthi'

2017-09-23 11:24

Mokopane – Bangu-50 abafundi abelashelwe ukudla amakhekhe anobuthi esikoleni samabanga aphakeme eMokopane, eLimpopo, kusho abosizo lokuqala ngoMgqibelo.

Okhulumela iNetcare911 uNick Dollman uthe abafundi balunywe yizisuku futhi bebephalaza.

UDollman uthe abafundi abangu-20 baphuthunyiswe esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Udedeliwe esitokisini owe-FeesMustFall

"Kusolwa ukuthi badle ukudla okunobuthi, kanti kucelwe izinsiza ukusiza endaweni yesigameko.”

Kusaphenywa ngesigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.