Abafundi badube umcimbi iPhini likaMengameli lethula inkulumo

2017-05-22 15:59

Washington – Abafundi baseNotre Dame University e-Indiana babhikishele imigomo eyenziwa yiWhite House ngeSonto ngokuthi baphume badube inkulumo yephini likaMengameli waseMelika uMike Pence, ogxeke amanga akhulunywa ngepolitiki ezikhungweni zokufunda.

Abafundi ebebegqoke imiyezane yabo bezogogoda, basukume ngokuthula baphuma ngesikhathi uPence eseqala ukwethula inkulumo yakhe, ngokwe-video efakwe ku-internet.

INotre Dame, esedolobheni iSouth Bend, ingenye yamanyuvesi aqavile yamaKhatholika, eMelika.

OLUNYE UDABA: Ibone kabi indoda eqabule inyoka

UPence, owathola iziqu zakhe kule nyuvesi, uthe ukukhuluma ngezepolitiki okungelona iqiniso emanyuvesi kuphazamisa ukufunda nokuthola ulwazi, okuyinto athe iphambene nalokho iMelika eyikhona.

Bangaphezu kwabangu-100 abantu abaphume baduba umcimbi, ngokusho kwabahleli bomcimbi.

UPence wethule inkulumo yakhe ngesikhathi uMengameli uDonald Trump esohambeni lwakhe lokuqala lwaphesheya kwezilwandle njengoMengameli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.