'Abafundi bangayi esikoleni ngoLwesithathu eWestern Cape'

2017-06-06 14:00

Cape Town – Sekuthathwe isinqumo sokuba zonke izikole zaseWestern Cape zivalwe kusasa ngoLwesithathu kulandela izexwayiso ngesimo sezulu esizobe singesihle neze esifundazweni.

ISouth African Weather Service ikhiphe isexwayiso sokuthi kuzoba nezikhukhula nesiphepho eWestern Cape kusukela ngoLwesibili kuze kube uLwesine.

Isivinini somoya sizobe sifinyelela ku-90km/h noma ngaphezulu, kanti imvula elindelekile ingafinyelela ku-50mm esikhathini esingamahora angu-24 ezindaweni ezithize.

OLUNYE UDABA: INingizimu Afrika ingene kwinzikamnotho

Esitatimendeni ngoLwesibili, inhloko yoMnyango wezeMfundo eWestern Cape uBrian Schreuder ithe isinqumo sithathwe ngoba kucatshangelwa ukuphepha kwabafundi nothisha.

"Isiphepho singase sicekele phansi izikole, nokungase kubeke impilo yabafundi nabasebenzi engozini, ikakhulukazi ezindaweni ezisemakhaya,” esho.

ISouth African Weather Service itshele uMnyango ukuthi isimo sezulu singase sibengcono ngoLwesine.

"Sizosebenzisana nezikole ukuqinisekisa ukuthi ukufunda kuqhubeka njengokwejwayelekile [ngoLwesine],” esho. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.