Abafundi batalabhe obebaphenya iziketi eThekwini

2016-05-26 14:32

Durban - Angeke iphinde idlalele ngasezingane zesikole indoda eneminyaka ebalelwa kwengu-30 ubudala eieqipheqa iziketi ngemuva kokuthola isibhaxu.

Le ndoda ibhaxabulwe ngabafundi besikole iSompukane Secondary eNsimbini eduzane naseFolweni eningizimu neTheku ngoMsombuluko.

Le ndoda isolwa ngokuphenya umfundi oneminyaka engu-13 ubudala isiketi sesikole, yamubamba izinqa yase imupansa phambi kwabanye abafundi.

OLUNYE UDABA: Sisenkingeni isikole ngokubuza abafundi ngomdwebo kaZuma

Lo mfundi owenza u-grade 8 utshele iDaily Sun ukuthi ubesendleleni eyekheya ngesikhathi kwenzeka lemi hlola.

"Bengihamba nezinye izingane, ezinye zihamba ngemuva kwethu. Ngibe sengimemeza kakhulu mngifuna usizo.

"Ngesikhathi ezinye izingane zibona okwenziwa yile ndoda ziyibambe "ngamawashingi" kodwa yakwazi ukubaleka," kusho le ntombaznae.

Lo mfundi uphinde wathi le ndoda ibe isijahwa ngabanfundi emgwaqeni kwangenelela nezakhamuzi yabanjwa eduzane nasemfuleni eZimbokodweni.

"Sishintshane ngayo siyishaya ngezimpama nangezibhakela. Ekwenzile ihlaze amanye amadoda. Siyishaye yaze yaxolisa," kusho umfundi.

Isakhamuzi sithe: "Asikaze siyibone le ndoda ngaphambilini, akusiyo nje eyasendaweni. Ngemuva kokuba ixolisile siyidedelile yabaleka kakhulu."

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uMajor Thulani Zwane uthe lo mfundi usangalubikela amaphoyiasa loli daba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.