Abafundi bazomasha belibhekise ePhalamende ngolwamanani okufunda

2017-10-25 09:25

Cape Town – Abafundi base-University of Cape Town naseCape Peninsula University of Technology bazomasha belibhekise ePhalamende ngoLwesitahthu.

Inhloso yemashi ukufuna, phakathi kwezinye zezinto, ukuba kudedelwe umbiko wekhomishini ngamanani okufunda.

Umqulu omayelana nokuthi ngabe imfundo yamahhala ingabakhona yini ezikhungweni eziphezulu, wathunyelwa kuMengameli Jacob Zuma ngo-Agasti.

OLUNYE UDABA: Usazohlala esitokisini obhekene necala lokubulala iphoyisa

Abafundi bafunga bayagomela ukuthi bazowavala thanqa amanyuvesi uma lo mbiko ungakhishwa.

Bafuna nokuthi kuhoxiswe wonke amacala abhekene nabafundi ababebhikishela imfundo yamahhala.

Ezinye izikhungo eziphezulu zemfundo sezinxuse uZuma ukuba akhiphe umbiko njengoba zilungiselela isabelomali sangonyaka ozayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.