‘Abagadli beChiefs bagcwele ukungazethembi’

2016-05-06 16:01

Johannesburg – Umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uthi abagadli bakhe abazethembi yingakho behluleka ukubhakuzisa inethi.

Amakhosi afake amagoli ang-36 kule sizini, kanti ayisikhombisa nje vo avalelwe abagadli.

UCamaldine Abraw ufake amagoli amane, uBernard Parker wafaka amabili kwathi u-Edward Manqele wathola elilodw akuphela, kubika iKickOff.com.

USiphelele Mthembu noBongani Ndulula namanje abakabhakuzisi nethi njengoba sekusele imidlalo emibili kugoqwe isizini.

OLUNYE UDABA: Imiphumela ayihambisani nezinga lomdlalo - Komphela

Umdlali wasesiswini uWillard Katsande nguye ohamba phambili ngamanqaku ayisithupha, elandelwa nguGeorge Lebese ngamahlanu.

“Singasho nje ukuthi ukufaka amagoli akuyona into yeqembu, kepha yithalente elikumuntu ngamunye. Yingakho abagadli bebiza kangaka – yingoba kusuke kuthengwa amagoli.

“Abagadli bethu abanakho ukuzethemba. Ngiyakuthanda ukuzimisela kukaTendai Ndoro noCollins Mbesuma ngoba kuthele izithelo ezinhle,” kusho uKomphela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.