Abagibeli bacasuke bashisa isitimela eKapa

2017-06-20 14:01

Cape Town – Abakwa-Metrorail eKapa bakuqinisekisile ukushiswa kwesitimela okuthiwa sishiswe abagibeli.

Lesi sitimela sishiswe endaweni yaseNyanga Junction ngoMsombuluko ntambama ngo-17:00.

Ngokusho kukaRiana Scott okhulumela abakwaMetrorail, izicishamlilo zisebenze kanzima ukucisha lo mlilo futhi ngenhlanhla akekho olimalile.

“Kukholakala ukuthi abagibeli bacikwe wukunqanyulwa okwesikhashana kokusebenza kwezitimela endaweni yaseNyanga njengoba omakhenikha bebesalungisa ojantshi abebengekho esimeni esikahle emizileni ephakathi kwaseChris Hani kanye neKapteinskli,” kusho uScott.

OLUNYE UDABA:BUKA: Abagibeli abathukuthele bashise izitimela, batapa ezitolo

UScott uqhubeke wathi izitimela beziphazamiseka kakhulu uma zifika kulezi zindawo kanti lokhu kuzenze zabambezeleka isikhathi esingangemizuzu engu-60 ngesikhathi omakhenikha besasebenza.

AbakwaMetrorail bathi ukushiswa kwalesi sitimela kuzophazamisa kakhulu ukuhamba kwezitimela kule ndawo ngoba seziningi izinkinga okumele bazixazulule ngaphezu kwale nkinga kajantshi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.