Abagibeli basinde ezingozini ezimbili behamba ngebhasi elisuka eKZN

2018-02-05 18:10

eThekwini - Abagebeli abebehamba ngebhasi elisuka eThekwini libheke e-East London bazithole bephakathi kwembokodo nesisekelo.

Laba bagibeli bathole izingozi ezimbili kololu hambo lwabo, bengakafiki lapho abebelibangise khona.

Ingozi yokuqala yenzeke ngesikhathi leli bhasi lakwaTranslux lithola ingozi ku-N2 ngaseMthatha ngeSonto emini.

Kulokhu umshayeli ubezama ukubalekela imfuyo, laphaphalaza ibhasi lalala ngohlangothi.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Sesinyukile isibalo sabashone engozini eyenzeke eMpumalanga

Abagibeli abangu-20 balimele kancane kulesi sigameko baphuthunyiswa esibhedlela saseMthatha.

Batholelwe elinye ibhasi abazoqhubeka ngalo uhambo lwabo ukuze bafike e-East London ngoMsombuluko.

Kodwa-ke nalolu hambo ngebhasi lesibili alubanga lula, njengoba nalo leli bhasi lishayisane neveni eKei Cuttings, kwalimala abagibeli abangi-9.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.