Abakwa-SANBS bacela kunikelwe ngegazi

2018-03-14 16:02

Johannesburg - ISouth African National Blood Service (SANBS) inxusa izakhamuzi zakuleli, ikakhulukazi intsha, ukuba inikele ngegazi ngoSuku lwamaLungelo Abantu, i-Human Rights Day.

Abakwa-SANBS bazowuqala ngomhlaka-21 Mashi umsebenzi ukuze labo abangakaze banikele ngegazi ngaphambilini bezokwazi ukubhalisa ukuqinisekisa ukuthi igazi eliphephile liyatholakala eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA:Sicela ninikele ngegazi - SANBS

Njengamanje i-SANBS ishodelwa kakhulu njengoba lingaphansi kuka-1% igazi elikhona.

Abakwa-SANBS banethemba lokuthi bazothola igazi elingu-4 500 ngeholidi ngaphambi kwamaholidi ePhasika.

"Sicela kakhulu abantu abanoBlood type O ukuba banikele."

Ngeminye imininingwane yokunikela ngoSuku lwamaLungelo Abantu, ungavakashela i-website noma ushayele ku-0800 11 90 31.


 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.