Abakwa-Sassa sebemi ngomumo ukuholela abantu

2017-03-26 15:01

Johannesburg – UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi kanye neSouth Africa Social Security Agency (Sassa) bamemezele ukuthi abantu imali yezibonelelo zikahulumeni bazoyihola ngomhlaka 3 Ephreli.

Esitatimendeni esikhishwe ngeSonto, uMnyango uthe abantu bazoholelwa ngomhlaka 3 ngenxa yokuthi umhlaka 1 Ephreli ungoMgqibelo.

“Ngenxa yokuthi umhlaka 1 Ephreli 2017 ungoMgqibelo kule sizini, njengasemhleni-ke uma ilanga lokuhola lingempelasonto, izikhungo zakwa-Sassa zisuke zivaliwe.”

Abaphathi bakwa-Sassa bazobe bekhona ezikhungweni zokuhola ukuhlola isimo nokusiza abantu abanemibuzo.

OLUNYE UDABA: Ahoxisiwe amacala abethweswe uSbu Ndebele

Ngo-2014, iNkantolo yoMthethosisekelo yathola ukuthi inkontileka yakwa-Sassa neCash Paymaster Services (CPS) ayikho semthethweni, nokusho ukuthi bekungavumelekile ukuba yelulwe, okuyinto eshiye abantu bekhathazekile bengazi ukuthi kuzokwenzakalani ngomhlaka 1 Ephreli.

Kodwa ngasekuqaleni kwenyanga ephezulu, iNkantolo yoMthethosisekelo ikhiphe isinqumo sokuthi abakwa-Sassa ne-CPS babophezelekile ukuba baqhubeke nokuholela abantu ngomhlaka 1 Ephreli kuze kube kutholakale enye inkampani ezokwenza lo msebenzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.