AbakwaSassa baphenya ngeyokudayiswa kwamakhadi eKZN

2016-11-08 14:33

Durban - AbakwaSouth African Social Security Agency (Sassa) KwaZulu-Natal bathi baphezu kwalo udaba lokudayiswa kwamakhadi akwaSassa.

Abezindaba zeNewswatch bathole ukuthi kunendoda edayisa amakhadi akwa-Sassa enkundleni yezokuxhumana uFacebook ekhasini i"Just Sell IT".

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa abanamakhadi akwa-SASSA ngoshintsho

Kulesi sikhangisi le ndoda ithi ikhadi ngalinye lidayisa imali engu-R850 kanti kulo kunemali engu-R1 200 okwazi ukuyikhipha izikhawu, izinyanga eziyisithupha.

Imenenja yezokuxhumana kwa-Sassa uMbizeni Mdlalose uthe amakhadi akwa-Sassa awadayisi kanti atholakala emahovisini ngemuva kokuwabhalisela.

"Kuzolandelwa imikhondo kwenziwa uphenyo noma kubikelwe iziphathimandla ezifanelekile ngalolu daba. Uma ubanjwa nala makhadi, uzoboshwa.

"Ngoba lokho kuchaza ukuthi uyobe utholakale nekhadi elingekho emthethweni. Kukho konke umuntu odayisa la makhadi nguye oqola labo bantu abaphenduka abathengi balawo makhadi," usho njalo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.