'Abalandeli be-EFF' bashaye omunye wabazali ngaphandle kwesikole

2018-01-17 11:00

Johannesburg – Amalungu e-Economic Freedom Fighters (EFF) abuthane ngaphandle kwaseHoërskool Overvaal eVereeniging lapho abazali befuna ukubhalisa khona izingane zabo nakuba inkantolo ikhiphe isinqumo ngalolu daba kuleli sonto.

UMnyango wezeMfundo eGauteng ufake enkantolo lesi sikole esifundisa ngesiBhunu kuphela ngemizamo yokusiphoqa ukuba samukele abafundi abangu-55 abakhuluma isiNgisi.

Kodwa uJaji Bill Prinsloo ukhiphe isinqumo esithi umyalelo woMnyango uphambene nomthetho.

Ngaphandle kwesikole kubonakala izimoto zamaphoyisa, onogada kanye nabalandeli be-EFF nabazali abazoshiya izingane zabo njengoba kuvulwa izikole namhlanje.

OLUNYE UDABA: Inyunyana izongenela isiteleka enyuvesi ngodaba lwamaholo

Kushaywe omunye wabazali obezoletha ingane yakhe esikoleni, okusolwa ukuthi ushaywe yilungu le-EFF.

Amaphoyisa avimbe phambi kwesikole, ngemizamo yokunqanda abalandeli be-EFF ukuba bangasondeli kubazali ebebezoletha izingane zabo esikoleni.

Abalandeli be-EFF bathi bona bazoveza ukungenami kwabo ngokuhamba kancane kohlelo loMnyango wezeMfundo lokwenza izinguquko ezikoleni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.