Abelaphi bendabuko bakhiphe isinyama eNgcobo

2018-03-18 11:00

ENgcobo - Abalaphi bendabuka benza imizamo yokugeza indawo kulandela isigameko sokubulawa ngesihluku kwamaphoyisa amahlanu nesosha eselathatha umhlalaphansi endaweni yaseNgcobo e-Eastern Cape esenzeka emasontweni amahlanu adlule.

La balaphi banethemba lokubuyisa ukuthula endaweni kulandela ukuhlaselwa kwamaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile icala labasolwa ngokubulala indoda nonkosikazi wayo eNgcobo

Kulandela isigameko, kwadutshulwa kwabulawa abasolwa abangu-7 kudutshulwana namapghoyisa esontweni lendawo iSeven Angels Ministries.

Inqwaba yabanye abasolwa sebevelile enkantolo ngokubandakanyela kulesi sigameko esathusa izakhamuzi zakule ndawo.

Kulindeleke ukuba nabaholi bamabandla bakhulekele le ndawo.

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.