Abamapulazi bafuna kubanjwe izingxoxo nomphakathi waseShowe

2018-03-19 14:01

Durban - Abanikazi bamapulazi endaweni yaseShowe eduzane naKwaZulu-Natal ogwini olusenyakathi bacela ukuxoxisana nomphakathi kulandela ukushiswa kwamabhilidi amathathu emapulazini amathathu esigamekweni sokuhlasela ngenhloso yokuziphindiselela.

Lokhu kuza ngemuva kokuba unogada osebenza kwelinye lala mapulazi, kusolwa ukuthi wadutshulwa wabulala ilungu lomphakathi uS'phamandla Xulu, owayesendleleni eyodoba edamini elikwelinye lala mapulazi.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe umgwaqo kubhikisha umphakathi waseShowe

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho uSihle Zikalala kulindeleke ukuba aphathe izingxoxo zokubuyisa ukuthula endaweni.

USihlalo wenhlangano yamapulazi i-Entumeni/eShowe Farmers Association uCraig Hambury-King , uthe babala izindlelo zomonakalo odaleke kuhlaselwa emapulazini.


Uthe bengathanda ukuxoxisana nomphakathi bezwe ukurthi bone ngani futhi bazimisele ngokuzwa ukuthi yini abangayenza ukuguqula izinto.

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.