Abamatekisi 'baqhumise isibhamu' besabisa abashayeli bezimoto

2017-06-15 09:32

Johannesburg – Amaphoyisa aMasipala waseGoli athi abashayeli bamatekisi bavale umgwaqo uN1 ngase-Allandale, eMidrand.

Abashayeli abangaphansi kweSouth Africa National Taxi Council (Santaco) bangenele isiteleka ngoLwesine ekuseni ngemuva kokuba izingxoxo phakathi kwabo neSA Taxi Finance Holdings zifinyelele kwangqingetshe, kubika i-EWN.

Inhlangano yamatekisi ithi isitolimende samatekisi ohlobo lweToyota Quantum simba eqolo.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sowesifazane eduze kukajantshi

Okhulumela amaphoyisa kamasipala uWayne Minaar uthi: “Umzila obheke enyakatho kanye nobheke eNingizimu ku-N1 emgwaqeni ongenela ku-Allandale Road uvaliwe. Amaphoyisa athunyelwe kule ndawo.

Khonamanja, kubikwa ukuthi kuzwakale ukuqhuma kwesibhamu e-Allandale ngaseMall of Africa, eMidrand, esigamekweni okukholakala ukuthi bengungesokwesabisa abashayeli bezimoto.

Ekhuluma kwi-eNCA ekuseni ngoLwesine, okhulumela amaphoyisa omgwaqo eGauteng, uBusaphi Nxumalo, uthe kunamatekisi asebewathathile abevale umgwaqo, kanti futhi amaphoyisa athungatha abadubule emoyeni besabisa abashayeli.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.