Abamatekisi bavale imigwaqo eThekwini bekhala ngamanani

2017-05-31 07:49

Durban – Abanikazi bamatekisi eThekwini namaphethelo bavale imigwaqo ematasa yaseThekwini ngaphambi kwemashi yabo elibhekise kwa-Toyota eProspection, ngoLwesithathu.

Imigwaqo enkabeni yedolobha, eMlazi, eSiphingo, kanye no-N2 ivalwe amatekisi ohlobo lwe-Toyota Quantum.

Umshayeli wemoto encane uNkokhelo Mkhize utshele iNews24 ukuthi uzame ukuya emsebenzini e-Effingham esuka eMlazi – esebenzisa umgwaqo ongaseMega City ophumela eSiphingo – kodwa ubuvaliwe.

OLUNYE UDABA: Akukaboshwa muntu kwelokudlwengulwa kowesilisa

Ngokwemibiko kanye nencwadi elokhu isabalaliswa enkundleni yezokuxhumana, iSouth African Taxi Association ithathe isinqumo sokungenela umbhikisho ngoba ikhala ngamanani aphezulu amatekisi eToyota Quantum kusukela aqala ukufika kuleli eminyakeni eyishumi eyedlule.

Bathi ngesikhathi efika lawa matekisi kuleli, ayebiza u-R220 000 ekubeni ayakhiwa ngaphandle – kodwa manje asebiza u-R450 000 ngaphambi kwenzalo nakuba esekhiqizwa kuleli, nokwenza le mboni ibone sengathi kudlalwa ngayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.