Abamele esoMvikelo Womphakathi bavuma amacala akudala

2016-07-14 19:00

eKapa -Ukushayela budedengu, ukuboshwa ngezikhathi zobandlululo ngezinye zezinto ezivezwe yilabo abagaqele isikhundla somvikeli womphakathi.

Yize beveze lokhu, bathi amaphutha abo akudala ngeke abavimbe ekwenzeni umsebenzi oncomekayo uma besithola lesi sikhundla.

OLUNYE UDABA:Kuyavalwa ukufakwa kwezimangalo ngoluthinta uMvikeli woMphakathi omusha

Lokhu kuvele kuhlu lwemibuzo abebebuzwe yona ngesikhathi ikomidi eliphethe lo msebenzi likhetha abahamba phambili.

Iningi lalabo abakhethwe phambili bebengenawo amacala/amaphutha akudala abawaveze phambi kwaleli komidi.

Kodwa bakhona abambalwa abanezici njengoProfessor Narnia Bohler-Muller owathola incwadi yesixwayiso emsebenzini ngokungavezi isibhilivane sikadokotela.

UJill Oliphant wabekwa icala lokushayela budedengu ngo-2010 kanti uProfessor Bongani Majola uthe ngo-2014 wayephenywa uphiko lwe-Office of Internal Oversight eNairobi, Kenya ngokungasebenzisi ngendlela izimoto ze-UN.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.