Durban - Abantu abangu-11 abashona ngesikhathi beginqika neveni ababehamba ngalo eduzane naseHarding KwaZulu-Natal bazobekwa endaweni yabo yokugcina eMzumbe kusasa (ngoMgqibelo).
Kulindeleke ukuba uNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal kube nguye ophatha umngcwabo.
OLUNYE UDABA: Kushone abangu-11 engozini yaseMpumalanga
Kwabashona kule ngozi kubalwa nengane enezinyanga ezintathu izelwe neneminyaka engu-3 ubudala.
Abantu abayisikhombisa abasinda kubalwa nomshayeli.
Iziphathimandla zithi umshayeli usethweswe icala lokubulala ngokungenhloso.
Namanje akukaziwa ukuthi yini eyadala ukuba leli veni liphaphalaze.
Seven people including the driver survived, kubika iNewswatch.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze
uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter