Abantu abamnyama abazijwayeze ezokuvakasha - Sihle Zikalala

2017-06-09 14:01

Durban - UMphathiswa wezokuThuthukiswa koMnotho nezokuVakasha KwaZulu-Natal uSihle Zikalala uthi abantu abamnyama kumele bazijwayeze ukuvakasha.

UZikalala ubehambele ingqungquthela ye-Pan African Health Tourism Conference 2017 ebibanjelwe eMhlathuze eTusk Mfolozi Casino lapho bekunama nxusa ezempilo kanye nezokuVakasha aqhamuka emazweni ahlukahlukene.

Ingquthela bekungeyokuqala ngqa kanti uMasipala waseMhlathuze ubonge ithuba lokuba ngowokuqala ukuyisingatha.

Ethula inkulumo yakhe, uZikalala uzwakalise ukubaluleka kokuthi abantu abansundu bayisukumele imboni yezokuvakasha, bazakhele amathuba akhona kule mboni.

OLUNYE UDABA:'Ezokuvakasha zibalulekile eNingizimu Afrika'

"Sineziqiwi ezifana neMfolozi futhi baningi abantu abathanda ukuzivakashela baphumuze umqondo ngokushaywa wumoya. Lokhu kwenziwa kakhulu ngabelungu kanye nabanye bezinhlanga bayakuthokozela ukufunda ngezinto eziphathelene nesiko laKwaZulu," kusho uZikalala.

IMeya yaseMhlathuze uMduduzi Mhlongo, okunguyena ovule le ngqungquthela ngoLwesine, ugcizelele ngokuthi le mboni iyona ezotakula abantu abamnyama enhluphekweni kuphinde kwenze impilo yabo ibe mnandi uma bezijwayeza ukuvakashela izindawo zokuphumuza ingqondo nemindeni yabo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Business Development Manager

Western Cape
Tumaini Consulting
R520 000.00 - R620 000.00 Per Year

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.