Abantu abathathu babanjwe inkunzi, kwashiswa neloli ebebehamba ngalo

2018-04-13 12:34

Johannesburg - Umshayeli weloli nabantu ababili ebebegibele kulona babanjwe inkunzi ngemuva kokuma emgwaqeni besusa amatshe abevalile.

Isigameko senzeke kuPotsdam Road, eKapa, ngaphambi kokuba iloli lishiswe ngomlilo ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Ugcinwe esitokisini ubaba ojikijele phansi ingane

Okhulumela amaphoyisa eWestern Cape uSergeant Noloyiso Rwexana uthi abasolwa abathathu bakhombe izisulu ngesibhamu ngesikhathi bezibamba inkunzi.

Kulindeleke vulwe icala lokuphanga nelokucekelwa phansi kwempahla.

Akukaboshwa muntu ngesgameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.