'Abantu bajabule kakhulu ngomsebenzi owenziwa yi-ANC'

2016-07-02 11:10

Durban - UMengameli Jacob Zuma uthi akangabazi ukuthi i-African National Congress (ANC) izozithatha zonke izifunda kuMasipala waseBaqulusini njengoba kuyiwa okhethweni.

Usho kanje ekhuluma emkhankasweni wokugaya ivoti eMondlo, eVryheid naseDumbe ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Igatsha lokuqala le-ANC elithi umengameli Zuma akashenxe

UZuma uthi uthokozile ngempumelelo yemikhankaso yakhe ngesikhathi ehambele eVryheid namaphethelo, kubika i-SABC.

Uthi abantu bajabule ngoba bayayazi imisebenzi emihle abayenzelwa uKhongolose.

Ezifundeni ezintathu i-ANC ibusa ibambisene ne-NFP kuzo kanti ezimbili ngeze-IFP.

Ukhetho lwezindawo luzobanjwa ngomhlaka-3 Agasti.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.