Abantu baseNingizimu Afrika bayangithanda - Hlaudi

2017-02-01 07:54

Johannesburg – Lowo owayeyisikhulu eSABC uHlaudi Motsoeneng usebenzise inkonzo yesikhumbuzo sikaLundi Tyamara ukugxeka abangahambisani naye, wathi abantu baseNingizimu Afrika bamthanda noma ngabe kuthiwani.

Uphinde wathi uNkulunkulu izwe ulinikeze abantu abafana naye ukuba babengabaholi.

Abangani, umndeni kanye nabalandeli baTyamara bagcwalise ihholo eGrace Bible Church eSoweto bezovalelisa okokugcina kulesi sihlabani somculi.

OLUNYE UDABA: Babuyela enkantolo abasolwa ngokubulala umbhali wezincwadi

ULundi,38, ushone ngeledlule ngemuva kokugula isikhathi eside.

“Yonke imisakazo, okubalwa kuyona neziteshi zomphakathi zikamabonakude, kumele zidlale u-90% womculo waseNingizimu Afrika.”

Uthe ulapha ukuzoshintsha izwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.