' Abantu basezimayini basazabalazela into eyodwa namanje'

2016-08-15 17:34

Marikana - Umengameli we-Association of Mineworkers and Construction Union (AMCU), uJospeh Mathunjwa, u-Advocate Dali Mpofu, noBhishobhi Jo Seoka bakhulume nabezindaba ngoMsombuluko ekuseni ngaphambi kosuku lokukhumbula isigameko saseMarikana ngoLwesibili.

Bangu-44 abantu ababulawa emayini yaseLonmin, eMarikana ngo-2012.

Laba baholi bathi abasebenzi namanje basazabalazela into eyedwa.

Funda nalolu daba: Zaboshwa kufanele izelamani - Inkantolo

USeoka uthi namanje kusayingozi ukusebenza ezimayini, kanti iminyakeni emine eyedlule ubone kulungiswa izinto ezingatheni.

"Ngicabanga ukuthi imiphumela yokhetho ikhombise ilaka labantu. Bakubeke kwacaca ukuthi balinde ukuba kwenzewe okuthile, kubika i-ECR.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.