Abasolwa ababhekene namacala okubulala eGlebelands bayavela namuhla

2018-03-26 08:34

eThekwini -  Abasolwa abambalwa okubalwa nephoyisa emacaleni okubulala nokuhlela ukubulala ehostela laseGlebelands bazofaka isicelo sebheyili.

Laba basolwa baboshwa ekupheleni konyaka odlule ngamacala okubulala enzeka kuleli hostela laseMlazi.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Jay Naicker utshele abeNews24 ukuthi uphenyo lokuqala lqaveza ukuthi lolu hlobo lokubulala lungoluhleleke kakhulu.

Uthi ithemba labaseshi abayingxenye yeProvincial Organised Unit liphume umkhankaso wezinyanga ezimbalwa liphenya ngalawa macala.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa aphenya ngobugebengu eGlebelands athole isibhamu

UNaicker uthi kubenezingqinamba eziningi amaphoyisa ahlangabezane nazo ngesikhathi kuqoqwa ubufakazi.

Ukunqikaza kofakazi, wukunyamalala kofakazi kanye nokubulawa kwabo, imibono engemihle kusukela ezinhlanganweni ezimbalwa kulendawo kwenze wabanzima umsebenzi wamaphoyisa.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.