Abaphathi sebenqumele uKomphela ugwayi katiki

2016-05-26 14:31

Durban – Kuthiwa sebemnqumele ugwayi katiki abaphathi umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela njengoba kuthiwa kumele nakanjani abuye neye-MTN8.

Kuthiwa uKomphela kumele enze lokhu uma efuna ukungaxoshwa.

AMakhosi iqhathwe neMpumalanga Black Aces kulo mqhudelwano.

Umthombo ongashayi eceleni upotshozele iSolezwe ukuthi uKomphela kuthiwa uzoqhubeka nokusebenza neChiefs uma ephumelele kulokhu abekelwe khona.

“Abaphathi bayaphoqeleka ukuthi bambekele lo mbandela ngoba abajabule ngemiphumela yesizini esanda kuphela.

OLUNYE UDABA: Sengiphelelwe amagama - Komphela

“Abathandi ukulahlekelwa wuKomphela, kepha nemiphumela emihle nayo bayayidinga. Bafuna azibonakalise ukuthi umfanele lo msebenzi ngokuthi anqobe i-MTN8. Uma ehluleke lapho, kuyobe sekuphelile ngaye neChiefs,” kusho umthombo.

Uqhube ngokuthi abaphathi basezinhlelweni zokutholela uKomphela abadlali ukuze kuqine isikwati azongena ngaso kulo mqhudelwano.

Okhulumela iChiefs uVina Maphosa uphikile ukuthi iChiefs ibekele uKomphela umbandela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.