Abasadingeki osomatekisi abasha, isigcwele imboni – Umbiko

2016-07-28 17:32

Durban - Usoseshini wamatekisi i-IKZNTA ixwayise i-Santaco ngokujoyinisa amalunga amasha ngoba bethi isigcwele le mboni.

Lokhu kubukwe uMandla Mzelemu okhulumela iSantaco etshela abephephandaba iLANGA.

OLUNYE UDABA:Bazodla lukhulu osomatekisi nge-Rea Vaya - Umbiko

UMzelemu uthi lesi sexwayiso silandela ukuvakashelwa kososeshini abahlukene ukuqapha ukuhamba komsebenzi.

Uqhubeke wathi ukugcwala kwemboni yikona okwenza osomatekisi bagcine bengasayiboni kahle inzuzo.

“Kwesinye isikhathi uthola ukuthi itekisi ilayisha kabili kuphela ngenxa yokugcwala kakhulu kwale mboni,”kusho uMzelemu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.