Abasebenzi ababili bakwa-SARS bazovela enkantolo ngelenkohlakalo

2018-03-05 11:00

Durban – Abasebenzi ababili bakwaSouth African Revenue Services bazovela phambi kweNkantolo kaMantshi eThekwini.

Laba babhekene necala lokuzama ukuthola intshontsho kusomabhizinisi owayefuna ukubalekela ukhokha intela.

Laba baboshwe ngemuva kophenyo oluhlanganisa uphiko loKlebe lapho bekuphenywa khona amacala ayinqwaba okukhwabanisa eThekwini ngesonto eledlule.

Okhulumela oKlebe uCaptain Simphiwe Mhlongo uthe laba basebenzi bakwa-SARS bafuna imali yokugwazelwa engango-R200 000 kulo somabhizinisi.

OLUNYE UDABA:Uzovela obhekene nelokubulala wesimame owatholakala ebhuthini

"Lolu daba lwabikelwa uphiko loKlebe nokuyilapha kwahlelwa unoxhaka ozobamba laba basolwa oqotsheni," kusho uMhlongo.

Abasolwa babanjwa sebamukela imali kulo somabhizinisi okunguyena owabikela amaphoyisa ngalolu daba.

Laba basolwa, abaneminyaka engu-43 no-44 ubudala, babhekene necala lenkohlakalo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.