Abasebenzi betoho bangenele isiteleka befuna ukuqashwa ngokugcwele

2018-02-04 15:35

Johannesburg - I-Association of Mine workers and Construction Union (Amcu) ithi isiteleka sabasebenzi abangu-72 eMogalakwena Anglo American platinum mine sizoqhubeka kuze kube bayazithola izimfuno zabo.

Abasebenzi betoho kwinkampani iConcor bafuna ukuqashwa ngokugcwele kule mayini.

Laba basebenzi abangenele isiteleka esingekho emthethweni bahlanganisa nabesifazane abashayela imishini emikhulu kule mayini.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ibhungu ngokubulawa kowesimame

Kuthiwa sekuphele iminyaka engaphezu kweyisithupha besebenza kodwa bengaqashiwe ngokugcwele.

Abasebenzi bathi kuyabalimaza ukusebenza iminyaka emingaka bengaqashiwe ngokugcwele, njengoba bengayitholi imihlomulo etholwa ngabasebenzi abaqashwe ngokugcwele.

Okhulumela i-Amcu kule mayini, uPrince Malema, uthi abasebenzi bathathe isinqumo sokungenela isiteleka esingekho emthethweni ngenxa yokuthi aziphumelelanga izingxoxo zabo nabaphathi.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.