Abashayeli bamabhasi eThekwini basola i-ANC ngosizi lwabo

2016-07-23 09:00

Durban -  Abashayeli bamabhasi bathi bathenjiswa ukuthi kuzoba noshintsho uma ebuyiselwa ngaphansi kukaMasipala  weTheku, kodwa lokho akwenzeki.

Lokhu kwakumele kwenzeke ngomhlaka 1 kuNtulikazi, kodwa abashayeli bathi sekuzophela inyanga bengaluboni ushintsho.

OLUNYE UDABA:Kushone abayisithupha kudutshulwa amabhasi

"Siyayixolela iMeya uJames Nxumalo kanye noMphathi weDolobha uSbusiso Sithole ngoba imizamo yabo iyabonakala, kodwa futhi kuyacaca ukuthi kukhona abe-ANC abavimba lolu shintsho," kusho omunye wabashayeli.

Laba bashayeli bakhethe ukukhala kumholi we-DA uZwakele Mncwango ngoba bethi i-ANC ayizinaki izikhalazo zabo.

Okwamanje amabhasi asasengaphansi kwenkampani ezimele iTransnat, futhi laba bashayeli bathi selokhu kwaphatha le nkampani abakaze bakuthole ukuthula, kubika iSOLEZWE.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.