Abashayeli bamatekisi basize uzakwabo kuhlaselwa abokufika

2017-03-29 18:01

Polokwane - Ucasuke kabi umshayeli wetekisi eshayiswa ngowesilisa odabuka kwelase Somalia ngoMsombuluko wafunga wagomela ukuthi uzobuya ngoLwesibili ezoziphindiselela.

Nebala, ngoLwesibili iqulu labashayeli bamatekisi ePolokwane lifike lashisa izimoto ezintathu labhodloza ngamathse ezimbili ngaphambi kokugasela esitolo sabokufika lasaphaza yonke into ephakathi.

U-Ismail Haji, 41, uthi uzwe kunomsindo ngaphandle kwesitolo sakhe ngoLwesibili ekuseni, kubika iDaily Sun.

“Ngesikhathi ngiphuma ngibone iqulu lamadoda lishisa izimoto. Ngithe ngisabheke lokho, la madoda angena esitolo sami azithathela akufunayo," echaza.

OLUNYE DABA:Abashayeli bamatekisi bavale imigwaqo eDurban North

La madoda ashise izimoto ezintathu okubalwa kuzo neveni lika-Ismail kanye neveni lomunye usomabhizinisi u-Abdurrahman Ahmed.

U-Ahmed uthi uyazisola ngokufika kule ndawo ngoba akasenayo imoto. Lo somabhizinisi uthi uhulumeni kumele angenelele kulandela lesi sigameko.

ULuka Sethosa, onguNobhala kusoseshini i-Seshego Polokwane Taxi Association, uthe bashaqekile ngokuzwa lokhu kodwa bebengakatholi mbiko mayelana nengozi noma udlame olwenzekile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.