Abashayeli bamatekisi eKZN banikezwe isexwayiso ngokuziphatha kwabo

2016-05-05 16:01

Durban – Usihlalo esifundazweni sakwaZulu-Natal uthe bazimisele ukubhekana nabashayeli bamatekisi ababeka impilo yabagibeli engcupheni, kubika iNewswatch.

Ngokusho kwale nhlangano, labo abatholakala benecala lokushayela ngobudedengu bazobhekana nokuqondiswa kwezigwegwe, ukuhlawuliswa noma ukumiswa emsebenzini wabo wokushayela isikhathi esiminganiselwa ezinyangeni eziyisithupha.

OLUNYE UDABA:‘Zincane izingozi ezibandakanya amatekisi kunezimoto ezincane’

UBoy Zondi uthi bathumele ithimba labantu abalinganiselwa ku-80 ukuba bazungeze isifundazwe sonke behlola ukusebenza kwezimoto emgwaqeni, emarenke futhi babike nangokuziphatha kwabashayeli.

“Njengoba nabanikazi bamaatekisi sihlale sibatshela ukuthi baqinisekise ukuthi amatekisi esigculisayo uma bewanikeza abashayeli. Sonke sizama ngokusemandleni ethu ukwehlisa isibalo samatekisi angafanele ukuba semgwaqeni,”kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.