Abashayeli baxwayiswa ngemigwaqo okumele bayigweme ngenxa yombhikisho

2017-07-24 11:04

Johannesburg – Abashayeli bezimoto baxwayiswe ngokuthi bagweme uCanning Road ngaseLombardy East ngoMsombuluko ekuseni ngemuva kokuba izakhamuzi zingenele umbhikisho.

Okhulumela amaphoyisa kuMasipala waseGoli uWayne Minnaar uthe izakhamuzi zaseLethabong zivale imigwaqo ngamathayi ezimoto avuthayo, futhi bezijikijela nezimoto emgwaqeni.

OLUNYE UDABA: UNgqongqoshe uzohambela imayini okushone kuyona abantu

UMinnaar uphinde wathi u-9th Street eLombardy East nawo uphazamisekile.

"Amaphoyisa ajutshwe kule ndawo ukuba aqaphe isimo. Akucaci kahle ukuthi izakhamuzi zibhikishelani, kodwa ngeke ukuba zikhala ngezidingongqangi,” esho.

Umbhikisho uqale ngabo-06:00 ekuseni, kusho uMinnaar.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.