Abashayeli baxwayiswa ngokuthi bagcwalise uphethiloli

2016-07-28 08:34

Johannesburg - Kunokwesabela ukuthi amagaraji kaphethiloli ezweni lonke angase aphelelwe uphethiloli ngoLwesine ngenxa yesiteleka esibizwe yinyunyana yabasebenzi, iChemical Energy Paper Printing Wood and Allied Workers Union (CEPPWAWU).   

Isiteleka kulindeleke sithikameze kakhulu izindawo okuhluzwa kuzona uphethiloli nalapho ugcinwa khona nokuyinto ezobanomthelela ongemuhle emagaraji.

UClement Chitja weCEPPWAWU, uthi amalungu abo embonini kaphethiloli azongenela isiteleka sikazwelonke kulandela ukufinyelela kwangqingetshewe kwezingxoxo zamaholo.

Funda nalolu daba: Asavaliwe amabhishi eThekwini

UChitja uthi, "Isizathu sokuba sithathe lesi sinyathelo yingoba izingxoxo zamaholo aziphumelelanga."

Uthe inyunyana ifuna amaholo enyuswe ngo-9% ngonyaka owodwa ekubeni umqashi ufuna kwenziwe isivumelwano seminyaka ephinda phindiwe, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.