Abashayeli kuthiwa bangatatazeli njengoba kunesiteleka

2016-07-29 07:51

Johannesburg -  Abashayeli kuthiwa abehlise amaphaphu, bangatatazeli, ngemuva kokuba abasebenzi embonini kaphethiloli bebeke phansi amathuluzi ngoLwesine.

Enye yezinkampani ezinkulukazi kuleli kwezihluza uphethiloli, iChevron, ithi inezinhlelo zokugwema ukuphela kukaphethiloli amagaraji.

Isiteleka siqale ngemuva kokungaphumeleli kwezingxoxo zamaholo phakathi kweChemical Energy Paper Printing Wood and Allied Workers Union (Ceppwawu) neNational Petroleum Employers' Association.

Funda nalolu daba: UZuma uthi uMaimane uvele anhlanhlathe esithubeni

Abasebenzi bafuna ukwenyuselwa amaholo ngo-9%, nokuthi amaholo aqale ku-R8,000 kodwa umqashi ufuna ukubanikeza u-7%.

IFuel Retailers Association ithi isiteleka ngeke sibenomthelela omkhulu ngaphandle uma sidonsa isikhathi eside.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.