Abasolwa abathathu balahlwe elokubulala ngesihluku inyathi ebiza R8m

2017-09-22 18:01

eKimberly - Abasolwa uTsholo William Dikoko, 26, Thabang Riet, 18, kanye nomunye oneminyaka engu-17 balahlwe amacala amabili okuphula umthetho wezeMvele eNorthern Cape.

Abasolwa abathathi bangene esiqhingini sezilwane ngaphandle kwemvume bahamba nezinja beyolusa.

Ngokobufakazi obuvele enkantolo, laba basolwa bangena kule ndawo ngefenisi beholwa yizinja.

Bafike babamba lesi silwane basishaya ngamatshe saze sashona ngaphambi kokusihlaba, bahlukaniselana inyama bashiya kuphela ikhanda.

Ukhanda lale nyathi ebikhishwe izimpondo litholakale limanxebanxeba, litholwa wumnikazi weMattanu Private Game Reserve uDkt Johan Kriek, ngemuva kwesonto.

OLUNYE UDABA:Kusathungathwa amabhubesi amahlanu abonakale eGoli

Ngesikhathi iMantshi uVeliswa Sityata, ekhipha isigwebo sakhe ngoLwesine, uthe ubufakazi obunikelwe wuKriek kanye nesisebenzi soMnyango wezeMvelo eNorthern Cape bubonisa ukuthi lesi silwane sibulewe ngesihluku.

Uthi laba basolwa abathembakele ngoba bobathathu baqhamuka nobufakazi obungafani ngokuthi kwenzakaleni ngoba bezama ukufihla iqiniso.

Le Mantshi ithole laba basolwa benecala, kanti kulindele ukuba bagwetshwe ungakapheli lo nyaka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.