Abasolwa bagebenge ekolishi bathatha nemoto yomfundi

2016-11-07 16:03

Durban - Amadoda amabili abehlomile agasele e-AFDA ophikweni oluseThekwini, eGlen Anil, antshontsha imoto, kusho umbiko, kulesi sigameko esenzeke ngoLwesihlanu ebusuku.

Ngokusho kukaLeon Audh okhulumela amaphoyisa, la madoda ebe impahla efana namakhompyutha, ama-laptop, omabonakude kanye nobunye ubuhixihixi.

Kuthiwa lokhu kwenzeke ngezikhathi zabo-23:30 ebusuku. 

OLUNYE UDABA:Bazovela enkantolo abasolwa ngokubulala

Isisulu sithi besihleli emotweni yaso silinde umngani obesegumbini lakhe kuHighdale Road, ngesikhathi ebona amadoda amabili engena kulesi sikole eyodwa ihlomile.

Abasolwa bamphoqe ukuba alale abheke phansi, uthi umsolwa oyedwa uvele wamngena ngezibhakela ngesikhathi ebona ukuthi utshinge umakhalekhukhwini wawukhipha ngewindi.

Isisulu siqhubeke sathi sibone izimoto ezintathu zihamba eyodwa yazo bekuyimoto yakhe yohlobo lwe-Toyota Aygo, kubika i-North Glen News.

La basolwa bafake yonke le mpahla ezimotweni ezintathu ebezipakwe kuso lesi sikhungo bashaya bachitha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.