Abathandi bebhola likanobhutshuzwayo bayakhala ngokwehlele uBheka Phakathi

2018-04-29 14:05

eThekwini - Alokhu angene njalo amazwi enduduzo kulandela ukuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kwalowo owayengumdlali webhola uBheka Phakathi.

UPhakathi ushone engozini yomgwaqo eyenzeke ngaseGreytown ekuseni ngeSonto lapho kulimale khona abanye ababili abebehamba naye emotweni.

UPhakathi wake wadlalela i-Orlando Pirates kanye ne-Golden Arrows ubeseqeqesha iqembu elincane laseMvoti elisanda kuwina iKZN ABC Motshepe League.

OLUNYE UDABA:Umqeqeshi uncome iPirates ‘ngokulandela uhlelo lomdlalo’

UBongihlahla Gwala sihlalo waleli wembu laseMvoti utshele abeKickOff ukuthi babuhlungu kakhulu ngokulahlekelwa wumqeqeshi wabo ikakhulukazi ngoba besanda kuwina.

"Uthole ingozi yemoto namuhla ekuseni. Sibuhlungu ngalokhu okwenzekile ngoba usanda kusisiza kakhulu ekuwineni i-ABC Motsepe League.”



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.