Abavukuzi baphoqwa ukuba bathwale izidumbu zozakwabo bayozilahla

2017-03-27 09:32

Johannesburg - U-Abel Abugalo, ongomunye wabavukuza ngokungemthetho, uchaza ngendlela abaphoqwa ngayo ukuba bathathe izidumbu zozakwabo abadutshulwa babulawa ngasekuqaleni kwenyanga ephezulu eBenoni‚ ngaseGoli.

Abavukuzi abangekho emthethweni babulawa esigamekweni okusolakala ukuthi sihlobene nombango wabavukuzi abangekho emthethweni abanonogada abazimele.

“Babephethe izibhamu besiphoqa ukuba sithwale izidumbu ngoba bengafuni ukuba amaphoyisa afike emigodini yabo, ngoba ayezokwazi ukuthi  ziqhamuke kephi,” kusho u-Abugalo.

Kunempi eshubile phakathi kwamaZulu nabeSuthu njengoba kubangwa imigodi yezimayini.

U-Abugalo uthe yena kanye nethimba lakhe babeya emayini yaseVan Ryn bahlangana nonogada babeSuthu. Ngesikhathi sebengasemgodini, bezwa ukuqhuma kwesibhamu, bacasha phakathi kwaze kwasa.

OLUNYE UDABA: UMengameli uqoke ibhodi lesikhashana lakwa-SABC

Uthi ngesikhathi sebevela onogada bafuna ukuba babakhokhele ukuze babavikele.

“Basitshela ukuthi asingene emgodini ebebewugadile sithathe izidumbu. Sathola abantu abayisithupha beshonile, sabakhipha emgodini, basiphoqa besikhombe ngezibhamu ukuba sizithwale siyozibeka kujantshi,” kusho u-Abugalo.

Uthe uma kufa abantu abavukuza ngokungemthetho, bayakhishwa emigodini bayobekwa eduzane komgwaqo.

Kuthiwa babhala imininingwane yemindeni engalweni yezisulu.

- SowetanLive

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.