Abazali bomfundi, 7, bazobonana ne-SGB ngodaba lwezinwele esikoleni

2017-07-30 09:32

Cape Town - Abazali bomfundi oneminyaka engu-7 ubudala ofunda esikoleni iWynberg Boys Junior bathi bazohlangana nebhodi elingamele isikole mayelana nenqubo yesikole.

Lokhu kuza ngemuva kokuba isikole sithumelele abazali balo mfundi incwadi mayelana nendlela agunde ngayo izinwele isikole esingahambisani nayo.

OLUNYE UDABA:Usefakwe amasondo uthisha obeqhuba umkhankaso wokucwasa abafundi

Abazali balo mfundi kubikwa ukuthi abajabulile neze nesikole.

Owezemfundo eWestern Cape uJessica Shelver uthe abazali balo mfundi owenza ugrade 1 bazohlangana nebhodi elengamele isikole kuleli sonto ukudingida inqubo yesikole ngama-hairstyle enziwa esikoleni.

Lo mfanyana ugunde isitayela esibizwa ngokuthi yisiFade okuyisitayela esaqala ukubonakala kuWill Smith esadlala kumdlalo wakumabonakude iFresh Prince of Bel-Air.

- EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.