Abe-RTMC bamukele isigwebo somshayeli weloli kwelikaCollins Chabane

2016-08-08 14:32

Johannesburg - AbeRoad Traffic Management Corporation (RTMC) bamukele isigwebo somshayeli weloli eyadlula nowayenguNgqongqoshe wezemiSebenzi kaHulumeni uCollins Chabane nonogada bakhe ababili.

INkantolo yesiFunda eLimpopo igwebe u-Amukelani Rikhotso iminyaka engu-6 ebhadle ejele ngoLwesine olwedlule.

OLUNYE UDABA: Umbono: Hamba kahle Collins Chabane

Ungqongqoshe nonogada bakhe ababili bashona ngoMshi ngonyaka ophelile engozini yomgwaqo.

URikhotso ulivumile icala lokubulala ngokungenhloso, ukushayela ngaphansi kwengcindezi nokungayilandeli imithetho yomgwaqo, kubika i-SABC.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.