Sandton - Isigibeli sizibonele
ngokwaso ubunzima bokusatshiswa kwabashayeli be-Uber ngesikhathi singazitholi izinsiza sokugibela esiteshini se-Gautrain eSandton.
“Abantu bebengibukisa okwesilima ngime nezikhwama emgwaqeni kungekho neyodwa imoto, kanti abantu bebengibuka beqaphisimo,” kusho obekafuna ukugibela.
OLUNYE UDABA:Kushone abathathu kushayisana amatekisi
Kuthiwa uhlelo lwamatekisi ayizimoto lwanqanyulwa eSandton
ngemuva kokuhlaselwa komshayeli we-Uber ngoMeyi.
Inkampani ye-Uber ithi ihlele ukuqinisa ezokuphepha kanti
amaphoyisa kamasipala eGoli, onogada kanye nabaphathi be-Gautrain, kubika iTimeslive.