Abesilisa baphinde badlwengula umfundi owababophisa

2016-07-19 10:01

New Delhi – Umfundi waseNdiya uyelulama esibhedlela ngemuva kokudlwengulwa yiqulu lamadoda okuhlanganisa kulona nalawo amdlwengula eminyakeni emithathu eyedlule, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Amaphoyisa aseHaryana athungatha abasolwa abahlanu, abasolwa ngokuthumba umfundi oneminyaka engu-21 ubudala ngaphandle kwasekolishi ngaphambi kokuba bamhudule bayomdlwengulela emotweni.

Umfundi utholakale equlekile ehlathini eliseceleni komgwaqo omkhulu ebusuku ngoLwesithathu olwedlule eHaryana.

Funda nalolu daba: Amaphoyisa abulale umfana obehlasela abantu ngembazo

Iphini lesikhulu samaphoyisa aseHaryana uPushpa Khatri uthe umfundi, osasesibhedlela, usebakhombile abalisa abahlanu – ababili kubona ebengaphandle ngebheyili belinde ukuthethwa kwecala ngokumdlwengula ngo-2013.

"Sesibikele amathimba ehlukene ukuba abophe abasolwa,” usho kanje kwi-AFP.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.