Abesimame ababili baqasha inkabi eyodwa ukuba ibulalea amadoda abo

2017-11-20 16:02

East London – Owesimame oneminyaka engu-50 owakha itulo lokubulala umyeni wakhe wasiza umngani wakhe naye owayenzinkinga emzini wakhe.

UNomqondiso Tembu wakhokhela inkabi u-R100 000 ukuba ibulale umyeni wakhe uVusumzi Tembu.

Okhulumela uphiko loKlebe uKaputeni Anelisa Feni uthi isidumbu sikaTembu satholakala eduze kwasenkundleni i-Sisa Dukashe eMdantsane, ngoFebhruwari.

OLUNYE UDABA:Kushone umsolwa kubhuntsha esokuphanga eMandeni

Ngokusho kukaFeni, ngemuva kokubulawa komyeni wakhe uTembu wahlangana nomngani wakhe uBusiswa Nabi, obekanezinkinga emendweni.

Wazama ukuthola izeluleko kumngani wakhe, owamtshela ngenkabi eyamsisa ukubulala umyeni wakhe.

“UNabi waqasha leyo nkabi ukuba ibulale umyeni wakhe oneminyaka engu-41 ubudala. Kodwa ngo-Okthoba, kukhona owahlebela umyeni kaNabi ngetulo lokumbulala,”kusho uFeni.

Uthi le ndoda yafonela uphiko loKlebe ngalokhu. Oklebe babopha lawa makhosikazi kanye nenkabi yawo ngoLwesithathu olwedlule.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.