AboZalo bafuna ukuhamba nabafundi kwi-Matric Dance

2016-07-15 14:30

Durban - Amageza ezinsizwa zohlelouZalo bafuna ukuhamba nabalandeli babo kumdanso wesikole kulabo abafunda umatikuletsheni.

UKay Sibiya ongumlingisi kanye nomethuli wezinhlelo waziwa kakhulu ngendawo yakhe ka-Ayanda Mdletshe kulo mdlalo kanye noNaymaps Maphalala obuye abe nguphrojusa womculo bathi bakulungele ukuhamba nabafundi abadinga ophathina.

Bekhuluma nezintatheli ze-Daily Sun, laba balingisi bathi kudala bethola izicelo ezinkundleni zokuxhumana zokuba ophathini babafundi.

UNaymaps uthe le indlela yabo yokubuyisela okuhle emphakathini, futhi bafuna ukugqugquzela abafundi ukuba balandele amaphupho abo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.